a Isidingo sokuthola kanye nokusebenzisa izindlela ezingeke ziphazamise imvelo yasolwandle.
Izinto ezenziwa umnyango ekuncedeni ukukhishwa kwamalungelo.
Ukwenza noma ukwenza komuntu ocelayo: Umthetho kanye nokwenza komuntu onesicelo abanezimvume bayobukwa. Kanye nalabo abazamayo ukwenza kahle bayobukwa.
Okunye ke kuyobukwa ngokuthi izikhalo zifakwe ngama email.
Ukukhishwa kwama fomu okungenela kanye nendlela yokukhokha.
Umnyango awunayo inkinga yokusetshenziswa kwabameli, ama consultant , ngakho ke umnyango uzosebenzisa awayo ama application form kanye namanye ama documente ukuze kungabi nomuntu wesithathu.
Isimemo sokungenela Izimemo ziyokhishwa kwi Government Gazette. Umnyango uzoqokela ukuthi ibekwa kwi website, emaphepheni kanye nezindawo eziphethe ukudoba.
Isimemo ngeke sifakwe kwi General policy futhi. Abanezicelo bazonikezwa amakhophi uma becela.
Yize umnyango ungenayo inkinga kokusetshenziswa kwama c onsultants noma abamelis, umnyango uzozenzela awabo amafomu , imigomo kanye nezi izii documente ukuze banciphise ukuthembela kubantu besithathu.. Umnyango uncamela ukuthi kusetshenziswe usizo lwabo ngaphambi kokuthi umuntu asebenzise ama consultant.
Uhla lwabantu abenze izinqumo.
Umnyango ulindele izicelo eziningi ukucela amalungelo. Abanye bayonqatshwa. Indlela yokukhetha kuzobukwa labo abanam score amaningi.. Lokhu akusho ukuthi labo abazonatshwa ingoba bengafanele. Ngakho kufuneka abantu abanama score aphezulu.
okokuqala isicelo sizobukwa ngokuthi sifakwe ngendlela yini.. Uma sitholakale sekudlule isikhathi, uma umuntu engayikhokhanga imali noma alhokhe kungeneli, noma ifakwe ngendlela engafanele njengokuyifaka nge faxnoma nge fomu elingafanele. Lowo owenza isinqumo ngeke akuvumele lokho ngokungafaki ngendlela.
Izicelo zalobo asebebadala ngeke ziqhathaniswe nalabo abafuna ukuba amalungu. Abasekhona bayoku skorishwa ngokufanayo kodwa kungasetshenziswa I criteria efanayo njengalaba abasha.. Ukunqanyulwa kuyobukwa ngokwahlukile futhi kulabo abasha. Bonke abanamaphuzu aphezulu yibo abayophumelela.
Kwamanye amalungelo okudayisa, amalungelo ayonikezwa izikhathi esingangweminyaka e 15 , lokho kume ezintweni eziningi, izinga le transformation kwezasolwandle, ulwazi lwe bhayoloji; kanye nokuthuthuka kwezokudobakanye nokugqugquzela kwi investment nokuthuthukisa umnotho ; kanye nokwenza kukafishi ikakhulu kwezomthetho.
Kwamanye ama sector, abanye kungadingeka kubukisiswe izicelo zabo nendlela ezakhethwa ngazo emva kokuba amalungelo asakhishwa. Labo abangaphumelelanga bayo feyila. Ukuqhubeka kwesikhathi sokuba namalungelo kuphethwe kwi fishery policies..
Abakhipha izinqumo bazobuka ababuka I data yenkampani.I information ngeke bakubuke.
Ama Beneficial ownership yomceli wezinhlanga ezishiwo bayobukwa nabo. Ngaphezu kwalokho amaphuzu amanye ngaphezulu ayobukwa kulabo abafuna ukuthuthukisa abantu ababasebenzelayo kulezo zinhlanga abukumaskimu, abakhombisa ukuthi abasebenzi bathole imivuzo ngendlela yama dividends kulesoskimu. Ngeke kunikezwe amasheya aphethwe ama noma amasheya anamalungelo.
Labo abanamasheya , uhlanga luyobukwa. Isibonelo uma inkampani ine 20% kunkampani B kanye nenkampani ku A u 10%iphethwe uhlanga oluthile , isheya layo liletha u 2% ekuphatheni inkampani B.
Abantu abaningi obohlanga oluthile kanye nabesifazane abaqashwe yilowo ofake isicelo kungasethsenziswa I balancing criterion. Amaphuzu amaningi ayonikezwa labo abaqashe izinhlanga ezithile kanye nabesifazane abasezikhundleni eziphezulu namaholo abo ephezulu ngokunjalo. Isibonelo abaceli komele bachaze abantu besifazane abaku 10% phesenti kulabo abaholayo, phakathi kuka 10% kanti ophezulu oku 30% kanti ngokunjalo abaku 50% nabangaphansi kuka 50%. Kuyonikezwa amaphuzu amaningi uma ngabe abantu bohlanga kanye nabesifazane beholo phezulu kunalokho obekwenzeka.
Umehluko ekuholeni phakathi kwalabo abahola kakhulu kanye nalabo abahola kancane nakho kuyoba nomthelela..
Phakathi kuka 1994 kanye no 2004, abantu bakhulile ngempela. Ukunyuka kwenze laba abantu ukuze bangene kulendawo ukuze bashintshe. Umnyango uyabona futhi kwesinye isikhathi amalungelo benikeza izinto zokuzifisha. Isizathu sokuthi kukhishwe amalungelo amade ukuthi kubekhona ukuthuthuka kwebhizinisi kanti futhi umnyango uthanda ukusebenza ngokuhlangana. kuma sector amaningi.
Abantu abasha bangakhipha laba abadala labo abangenzi kahle. Lokhu kuzokwenzeka kulabo abadala abangakwazanga ukuphumelela ngokwe transformation.
Kwamanye ama sectors, labo abangenele bazoncipha ngokungabaniki amalungelo kulabo abathole amaphuzu amancan, ngokuthi ama sector amancane, izinombolo eziningi ukunikeza amalungelo.
abafaka izicelo komele bakhombise ukuthi bakhokhe izimali ngokufanele ezinhlanzini ezibanjiwe (ngakho kumele balethe lokho abakubambile uma benze kangcono) ngesikhathi se medium term. Lapho izimali bezingakhokhwa isikhathi esingaphezu kwezinsuku eziwu 60,ofake isicelo uyopanishwa. Uma ngabe ungatholi ukunikezwa kwamalungelo, umnyango ngeke unikeze amalungelo aphelele kuze kukhokhwe izimali lezo.
Umnyango unama rekhodi ezinto eziphula umthetho we MLRA uzonikezwa ukuthi ubhekwe ngaphambi kokunikeza amalungelo. Labo abasha nalaba abasekhona bayacelwa ukuthi bazazise ngendlela umnyango oqaphela ngakho, ukuphatha, kanye nokufaka izipopolo nangendlela amabhizinisi amele ahambe ngayo..
Lawo amalungu angavuni izinhlanzi ngesikhathi saso noma engatholanga imvume kusosonke isikhathi baziovele bakhishwe. Ukubamba ngaphansi kungasetshenziswa ngendlela embi.
Umnyango uzokhipha izinombolo zokuthi kubanjwe kangakanani kuzokhishwa ngaphambi kokukhishwa kwezimvume,.
Umnyango uyokhipha futhi abantu abamile nje "ngaphambili" ukuze bazuze ngezinye izinto. Ukuba phambili kwenziwa uma ngabe umceli I transformation yenzeka kwezinye izindawo noma abantu abangu HDP.
Umthetho obizwa I general rule, umnyango ngeke uvumele abantu abanamalungelo abadayise noma bashiye ukudoba ukuthi baphinde banikezwe amalungelo futhi.
Ku Clusters C no D sectors, izingungu eziningi noma ezifanayo eyenziwe ama consultants kanye nezinkampani zokudoba nezinye ke , bazokhishwa kwi paper quota fronts. Ngeke kunikezwe ilungelo elingaphezu kwelilodwa kulowomndeni. Labo abafaka izicelo komele bazazise ukuthi bahlobene kanjani kwamanye ama sector. Uma umuntu oyedwa emndenini owodwa efuna ilungelo bonke abanye abasemndenini ngeke bakwazi ukungenele.,ngaphandle uma umuntu echazisisa kahle ukuthi basezindaweni ezincane zokwenza ukudoba.
Abaceli kungamele bakhombise ukuthi nabo bazimisele ukuchumisa lebhizinisi.
Isizathu esibalulekile kakhulu sokukhipha amalungelo amade ukuzre kwakheke imisebenzi. Kumele kwakheke imisebenzi enesigqi ukuze kwakheke imisebenzi eminingi.
Labo abanamalungelo kuyodingeka ukuthi bakhiphe iziqiniseko ama statimente ezimali zabo.. Labo abafuna ukungena komele baveze ukuzibandakanya kwabo kwi sector esikhathini esidlule.
Lapho kufanele umnyango uzofuna ukukhipha amalungelo ngendlela efanele wonke umutu alingane ukuze basebenze ngasogwini lwe south africa.
Bonke abafake izicelo ku Cluster A, Cluster B naku Cluster C kwezokudoba komele bakhombise ukuthi banemvume noma imikhumbi yabo iyiyona na yokuthi ingavuna izinhlazi. Yonke imikhumbi komele iqale Ibhaliswe emnyangweni ngesikhathi umuntu etcela amalungelo ukuze lowomkhumbi wokuthi ungakwazi ukubamba..
Ikakhulu, amalungu abanemikhumbi yabo (ngokwanele noma ingxenye) afakwe ohlweni olungeluhle ngeke banikezwe imvume yokudoba.
Abanamalungelo manje abangenawo ama l monitoring systems bayanxuswa ukuthi bakwenze lokho ngaphandle kokuthandabuza.
Umnyango uzofuna wonke amalungu abanamalungelo okudayisa ukuba basebenzise imikhumbi leyo abayifunele ukuba bathole imvume ngayo. Ukushintsha kwemikhumbi kuyovunyelw kwezinye izikhathi..
Umnyango uphoqekile ukuthi wonke umhlaba wasolwandle marine living resources ngokomthetho weMLRA usebenzise izindlela ezingcono okuhlonipha abaphathi kanye nokusetshenziswa kwezinto. Into ehamba phambili ekuphatheni kanye nokonga umhlaba wasolwandle ukuthi izizinda zisebenziseke ngendlela.
Kwesinye isandla , imikhumbi emidala ingase isuswe kuthengwe emisha ngenxa yokungaphephi kwayo.. Isimanjemanje iyasiza ukuthi ukwazi ukubamba kakhulu. Lapho okudingeke khona ukunciphisa ukuzama kuzobukwa nakho..
Ukunyuka kwe TAC ngeke inikezwe ngendlela efanayo. Kumele kwazeke ukuthi ngesikhathi sokukhishwa kwamalungelo, iphesenti eliphezulu liyonikezwa kumalungu abane quantum encane.ikakhulu kuma sector abancane beletha kakhulu kwi transformation.
Mayelana ne TAE enyukayo (umkhumbi noma kumatilosi),umnyango kumele ukhethe amanye amalungu.
Umnyango ushintsha indlela yokuphatha ngokuthi babanike amalungelo , kubantu bendawo kanye nalabo abanamasheya.
Emva kikukhishwa kwamalungelo , umnyango uzophenya ukubalula kwendlela yokukhokha ngaphambili izimali inyanga nenyanga ngokwe Total Allowable Catch enikeziwe hhayi ebekiwe. Umnyango uphinde wamema imicabango ukuqeda ukuphatha kwebhizinisi lokudoba.
Umnyango uzofuna yonke imikhumbi ukuthi uthathe ababukisisi olwandle, uma kuceliwe.
Ngokufa, ukuqedwa, ukungenzi kahle kwebhizinisi noma ukubasezikweletini zelungu elinamalungelo.
Uma ngabe amalungelo amade esekhishiwe, umnyango ubukwazi ke ukuvuma ukuthi amalungelo adlulielwe phambili.kwesikhathi sokuqala , kuhlangene lezizizathu ezingaphezulu. Kunesikhathi esibekelwe sokuthi kungadluliswa amalungelo ngendlela eyiyona yona.ukuze ushitsho nokuhlanganiswa, abantu abasha bavunyelwe ukuhlangana nabanye..
Isicelo sokudlulisa amalungelo kumele kulethwe ngaphambi kokubukwa kwalezizathu. Lowo amalungu afisa ukudlulisa amalungelo noma efuna ukushiya ukudoba ngezizathu ezithile njengoshintshwa kwezinkampani yehliswe kwama activities, kanye nabantu, nokudayiswa kwamalungelo noma ukufa.. Kodwa kumele ufake isicelo sokudlulisa amalungelo.
Kokunye labo abangamalungu e close corporation noma abanamasheya bashiya noma abanenxaxheba kodwa amalungelo ahlala kubo, ukudlulisa kwamalungelo kumele amalungelo ahlale enkampanini eyodwa ukuvunywa akudumile kakhulu.. Kuwumbono womnyango ukuthi ukudluliswa kwamasheya noma ubulungu kungashintsha ekwangeleni komuntu (noma I trust) ephethe amalungelo , lokho kudinga imvume. Lokho kufuna ukuphephisa ukungalandelwa kuka section 21 we MLRA. Endabeni yenkampani ebhaliwe phansi , ukudayisa okungaphezu kuka 35% kwamasheya kudinga ukunikezwa imvume..
Njengoba kuchazwe kwi General policy, umnyango ufuna ukukhipha ama "paper quotas". Amalungelo ayokhishwa kusasa, abaceli bayobhekisiswa ukuze kubonakale ukuthi bake bafaka yini izicelo zabo zokuthola amalungelo ukuthi adluliswe.. Lokhu kuzokwenza ukuthi kunganikezwa amalungelo kulabo abake banikezwa kuqala base bewadlulisela kwabanye..
Izindawo ezivikelekile zizosiza ukuthi abantu bangadiobi ngokungemthetho.
